Izicelo eziyofika emva kwesikhathi angeke zibhekwe.
Inombolo eyinkomba Usuku afike ngalo / ... /...
Igama leQembu / leNhlangano bheka u-4.5.
Imininingwane yokuxhumana Igama lomhlanganisi eqenjini/ enhlanganweni obhekelele uMklamo (umuntu okuzothunyelelwa kuye izincwadi). Isihloko, Igama nesibongo:...
Ngakube leli kheli?
Ucingo: (lomsebenzi) lwasekhaya ... Umakhalekhukhwini: ... IFeksi: ... I-imeyili: ... i-Website:...
Ulimi lwabangezwa: Olunye ulimi: Kumbe okunye(cacisa)...
Uma inhlangano yakho iyigatsha lenhlangano enkulu kumbe ilungu lebhodi eyengamele, sicela usitshele ukuthi yiyiphi?
Okunye (Sicela usho): Inombolo yokurejista kanya negama okurejistwe ngalo (uma kukhona):...
Inombolo yokulindela ukurejistwa:...
Yasungulwa nini inhlangano Unyaka/ Inyanga: Inhloso:..?
Hlinzeka ngesendlalelo esifushane senhlangano yakho kanye nemisebenzi yayo kungeqi ekhasini elilodwa. Isib.
Bangaki abantu ababambe iqhaza ekusebenzeni kweqembu/ kwenhlangano kanye nomklamo?
Nikeza Uhlaka Lwabaphathi Benhlangano yakho uveze nesikhundla, ubulili kanye nenani labantu ababambe iqhaza.
Abantu balijoyina kanjani iqembu/ inhlangano/ isikhungo sakho Isib?
Igama lomklamo owufakela isicelo:...
Chaza izinhloso zomklamo wakho :...
Usuku okulindeleke ukuthi uphele ngalo..?
Ngubani ozohlomula kulo Mklamo wakho futhi uzohlomula kanjani?
Lo mklamo wakho ugxile emaqenjini abantu abeneminyaka emingaki: sicela unikeze inombolo?
Bangaki abantu abazohlomula kulolu xhaso?
Iqembu okugxilwe kulo...
Ngakube abantu abaningi ogxile kubo bahlala kuphi?
ISifunda / iWadi: UMasipala: ... ISifunda :...
Ungabachaza kanjani abantu beqembu ogxile kulo ngokwalo mklamo. Sicela ufake uphawu ebhokisini elifanele?
Abantu abaphila negciwane lesandulela-ngculazi/ nengculaziOkunye(sicela ucacise):...
Udinga imali engakanani ukuze ukwazi ukwenza imisebenzi oyifakela isicelo Uyacelwa ukuba ukhombise ukuthi uzoyisebenzisa kanjani imali uqiniseke ukuthi isabelomali sakho siyithinta yonke imikhakha efanele?
Igama le-akhawunti yomklamo...
Inombolo yocingo yeBhange:...
Ngubani eqenjini lenu ongasayinela amasheke ale akhawunti?
USihlalo : (sayina) Igama kanye neSibongo: ... Inombolo yocingo:...
UNobhala: (sayina) Igama kanye neSibongo: ... Inombolo yocingo:...
UMgcinimafa: (sayina) Igama kanye neSibongo: ... Inombolo yocingo:...
Igama kanye neSibongo: Inombolo yocingo.:...
Igama lombhali wama-akhawunti ozimele ozobe ebhekelele ukuphathwa kwezimali zenhlangano : Igama kanye neSibongo: Ikheli athinteka kulo:...
Hlinzeka amagama ofakazi ababili abazimele, umholi womphakathi kanye nomuntu oqeqeshekile emkhakheni wakho wobuciko ofanele. Uyacelwa ukuba ulethe ubufakazi obubhaliwe basayinwa ofakazi ababaluliwe.
Ngiyavuma ngokolwazi lwami oluphelele kanye nenkolelo ukuthi lonke ulwazi olunikezwe kuleli fomu lokufaka isicelo luyiqiniso futhi lucophelekile. Ngiyaqonda ukuthi olunye ulwazi olwelekelelayo lungadingeka nanoma ingasiphi isikhathi sokubhekwa kwesicelo.
USihlalo, uSekela-sihlalo kumbe uMgcinimafa weQembu/ iNhlangano/iSikhungo kumele asayine ngezansi. Umhlanganisi akavumelekile ukuthi asayine ngezansi.
Ngiyaqiniseka ukuthi nginikezwe igunya lokusayina lesi bopho egameni le(igama leqembu/inhlangano) kanye nokuthi, ngokolwazi lwami kanye nenkolelo, lonke ulwazi olunikeziwe luyiqiniso futhi lucophelekile.
Isikhundla onaso eqenjini/ enhlanganweni: Ibizo: ... Igama kanye neSibongo ... Ikheli ongathintwa kulo kubandakanya nekheli lokuposa ... Ikhodi yeposi...
Isicelo sakho siyobhekwa kuphela uma yonke imibuzo ekule fomu iphenduliwe, amafomu kanye nezivumelwano kusayinwe ngabantu abafanele futhi zonke izinto ezidingekayoi okumele zifakwe zitholakalile. Uyacelwa ukuthi usebenzise lolu hlu lokuhlola ukuqinisekisa ukuthi uletha izincwadi kanye nolwazi olufanele ukuze kube lula ukubhekwa kwesicelo sakho.
Ikhophi yaleli fomu lokufaka isicelo kumele lenziwe futhi libekwe ukuze libe ubufakazi bakho. Uma ufake uphawu kuwona wonke la mabhokisi, isicelo sakho sesiphelele.
